Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ukuze ithemba lakho libe kuJehova, ngikwazisile nakini namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ukuba ithemba lakho libe kuJehova, ngikwazisile khona namuhla, yebo, wena.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ukuba ithemba lakho libe kuSimakade, ngikwazisile khona namuhla, yebo, wena.

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:19
7 Referans Kwoze  

Thembela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho; futhi ungenciki kokwakho ukuqonda.


Themba kuye njalo; zizwe, nithulule inhliziyo yenu phambi kwakhe: uNkulunkulu uyisiphephelo sethu. Sela.


enikholwa ngaye kuNkulunkulu owamvusa kwabafileyo, wamnika inkazimulo; ukuze ukholo lwenu nethemba libe kuNkulunkulu.


Ubusisiwe umuntu othemba kuJehova nothemba lakhe linguJehova.


Thembelani kuJehova kuze kube phakade, ngokuba uJehova unamandla aphakade.


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.


Angikubhalelanga yini okuhle kakhulu ngesiluleko nangokwazi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite