Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amehlo kaJehova agcina ukwazi, kepha amazwi ohlubukayo uyawachitha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amehlo kaJehova anaka onokwazi, kepha uyachitha amazwi ombuluzayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Amehlo kaSimakade alonda ulwazi, kepha uyawabhubhisa amazwi eqili.

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:12
17 Referans Kwoze  

Ngokuba amehlo kaJehova aqalaza emhlabeni wonke ukuba abe namandla ngenxa yalabo abanhliziyo yabo iphelele kuye. Kulokhu nenze ubuwula; ngalokho niyakuba nezimpi kusukela manje kuqhubeke.


Khona kuyakwambulwa lowo omubi, iNkosi eyakumqeda ngomoya womlomo wayo, imbhubhise ngokubonakala kokufika kwayo;


Kepha uma kuvela kuNkulunkulu, anikwazi ukukuchitha; funa nifunyanwe ningabalwa noNkulunkulu.


Ubuqotho babaqotho buyakubahola, kepha ububi babaphambukayo buyakubabhubhisa.


Othanda ukuhlanzeka kwenhliziyo, ngenxa yomusa wezindebe zakhe inkosi iyakuba ngumngane wakhe.


Ivila lathi: “Kukhona ingonyama ngaphandle, ngiyakubulawa emigwaqweni.”


Umuntu kaNkulunkulu wasethumela enkosini yakoIsrayeli ukuthi: Ziqaphele ukuthi ungadluli kuleyondawo; ngoba ama-Aramu ehlela khona.


Nokho sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabamisela abalindi imini nobusuku ngenxa yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite