Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ukuphanga kwababi kuyababhubhisa; ngoba benqaba ukwahlulela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ukuchitha kwababi kuyabaqothula, ngokuba benqaba ukwenza ukulunga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ubudlova bezikhohlakali buzishonisa phansi, ngoba zenqaba ukwenza ubulungiswa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:7
15 Referans Kwoze  

Ophishekela ukulunga nesihawu uthola ukuphila nokulunga nodumo.


Makungabikho onikhohlisayo ngamazwi ayize, ngokuba ngenxa yalezo zinto ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabantwana bokungalaleli.


Uyise-ke, ngokuba wacindezela ngonya, waxhaphaza umfowabo, wenza okubi phakathi kwabantu bakubo, bheka, naye uyakufa ngobubi bakhe.


Ngiyakunixosha phambi kwami, njengalokho ngaxosha bonke abafowenu, yonke inzalo yakwa-Efrayimi.


Izibusiso zisekhanda lolungileyo, kodwa ubudlova busibekela umlomo wababi.


UJehova uyaziwa ngesahlulelo sakhe; omubi uhileleke emsebenzini wezandla zakhe. I-Higgaion. Sela.


Ububi bakhe buyakubuyela phezu kwekhanda lakhe, nobudlova bakhe buyokwehlela okhakhayini lwakhe.


Wena ophendula ukwahlulela kube ngumhlonyane, umise ukulunga emhlabeni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite