Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, nesiluleko, okungamelana noJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:30
20 Referans Kwoze  

Kepha uma kuvela kuNkulunkulu, anikwazi ukukuchitha; funa nifunyanwe ningabalwa noNkulunkulu.


Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, nonamandla makangazigabisi ngamandla akhe, nocebileyo makangazibongi ngenotho yakhe.


Ngokuba uJehova Sebawoti ukuhlosile, ngubani oyakuchitha na? nesandla sakhe seluliwe, ngubani ongasibuyisela emuva?


netshe lokukhubekisa, nedwala lokuwisa, kwabakhubekayo ngezwi ngokungalilaleli, ababemiselwe lokho futhi.


Kodwa amadoda agwedla ngamandla ukuyibuyisela emhlabathini; kepha behluleka, ngokuba ulwandle lwase luvunguzela, lubavunguzela.


Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;


Lokho osekukhulunyiwe, futhi kuyaziwa ukuthi kungumuntu;


Maye kulowo oxabana noMenzi wakhe! Izindengezi maziphikisana nezindengezi zomhlaba. Ubumba luthi kumbumbi walo: Wenzani na? noma umsebenzi wakho, Akanazandla na?


Inkosi yaseJeriko yabikelwa, yathi: “Bheka, kufike lapha ebusuku amadoda avela kubantwana bakwa-Israyeli ukuhlola izwe.”


Kepha u-Uriya walala ngasemnyango wendlu yenkosi kanye nazo zonke izinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe.


Lapho u-Ahiya esizwa izisinde zezinyawo zakhe lapho engena emnyango, wathi: “Ngena, mkaJerobowamu! kungani uzenza omunye umuntu? ngoba ngithunywe kini umbiko onzima.


Yathi enye yezinceku zayo: “Makungabikho noyedwa, nkosi yami, nkosi, kuphela u-Elisha umprofethi okwa-Israyeli ongatshela inkosi yakwa-Israyeli amazwi owakhuluma ekamelweni lakho.


Ungafaka ihhuku ekhaleni lakhe? kumbe ubhoboze umhlathi wakhe ngeva?


Ngithi wena, (kodwa lawa ngamazwi ayize) nginesu namandla okulwa; Manje nithembele kubani ukuba nihlubuke Kimi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite