Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Umuntu omubi wenza lukhuni ubuso bakhe, kepha oqotho uyaqondisa indlela yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Umuntu omubi uyenza lukhuni ubuso bakhe, kepha oqotho uyanaka indlela yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Umuntu okhohlakele uqinisa ubuso, kepha oqotho uyayinaka indlela yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:29
20 Referans Kwoze  

Ukulunga kopheleleyo kuyakuqondisa indlela yakhe, kodwa omubi uyakuwa ngobubi bakhe.


Kepha uNkulunkulu uqobo noBaba wethu, neNkosi yethu uJesu Kristu, makayiqondise indlela yethu yokuza kini.


Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bhekani izindlela zenu.


Ngenxa yokuthi uyeka futhi efulathela zonke iziphambeko zakhe azenzile, ngokuqinisekile uyophila, ngeke afe.


Jehova, amehlo akho awagxilile eqinisweni na? Wabashaya, kepha abadabukanga; Wabaqeda, kepha bala ukujeziswa; benza ubuso babo baba lukhuni kunedwala; bala ukubuya.


Uyajabula umuntu ohlala esaba, kodwa oyenza lukhuni inhliziyo yakhe uwela ebubini.


Ngazikhumbula izindlela zami, ngabuyisela izinyawo zami ebufakazini bakho.


Sengathi izindlela zami beziqondile ukugcina izimiso zakho!


Manje qaphelani kusukela kulolu suku kuqhubeke, ngaphambi kokuba kubekwe itshe phezu kwetshe ethempelini likaJehova.


Baba namahloni ngokwenza izinengiso na? yebo, ababanga namahloni nakancane futhi bengenakuba namahloni; ngakho-ke bayakuwa phakathi kwalabo abawayo; ngesikhathi sokuhanjelwa kwabo bayakuwa, usho uJehova.


Ovame ukwenza lukhuni intamo yakhe ngokusolwa uyachithwa ngokuzumayo, kungabikho ukuphulukiswa.


Manje, usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bhekani izindlela zenu.


Ngakho wambamba, wamanga, wathi kuye ngobuso obunamahloni:


Ngubani onjengendoda ehlakaniphileyo? Ngubani owazi incazelo yendaba na? ukuhlakanipha komuntu kukhanya ubuso bakhe, lesibindi sobuso bakhe buyaguqulwa.


Amehlo akho mawabheke ngqo, nezinkophe zakho mazibheke phambili.


Hlela umkhondo wezinyawo zakho, futhi zonke izindlela zakho maziqine.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite