Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 21:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umphefumulo womubi ufisa okubi, umakhelwane wakhe katholi umusa emehlweni akhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Umphefumulo womubi ufisa okubi; umakhelwane wakhe kafumani isisa emehlweni akhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Umphefumulo wesikhohlakali ufisa okubi; umakhelwane waso akafumani sisa emehlweni aso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 21:10
19 Referans Kwoze  

Ngokuba konke okusezweni, inkanuko yenyama, nenkanuko yamehlo, nokuzigabisa ngalokhukuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.


Ungaceli okubi ngomakhelwane wakho, ngokuba uhlala nawe elondekile.


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Lezizinto zaba yizibonelo kithi, ukuze singafisi okubi, njengalokhu bona bafisa.


Ovala izindlebe zakhe ekukhaleni kompofu uyakukhala, kepha akayikuzwakala.


Ababi bafisa inetha lababi, kepha impande yabalungileyo iyathela.


Wahlakaza, wapha abampofu; ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade; uphondo lwakhe luyophakama ngodumo.


Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


Uceba okubi embhedeni wakhe; uzimisa endleleni engeyinhle; akakuzondi okubi.


abathokoza ngokwenza okubi, bathokoze ngamanga ababi;


Odelela umakhelwane wakhe uyona; kepha ohawukela abampofu, ubusisiwe.


Kungcono ukuhlala ekhoneni lophahla kunokuhlala endlini ebanzi nowesifazane oxabanayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite