Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngubani ongathi: Ngiyihlanzile inhliziyo yami, ngihlambulukile esonweni sami?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngubani ongasho ukuthi: “Ngihlanzile inhliziyo yami, sengihlambulukile ezonweni zami, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngubani ongasho athi: “Ngiyigcinile inhliziyo yami ihlanzekile; ngimsulwa ezonweni zami,” na?

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:9
11 Referans Kwoze  

Ngoba kakho umuntu olungileyo emhlabeni owenza okuhle njalo angoni.


Uma bona kuwe (ngokuba akukho muntu ongoni) bese ubathukuthelela, ubanikele esandleni sesitha, ukuze babathumbe babayise ezweni lesitha, elikude noma eliseduze;


Ngubani ongakhipha okuhlambulukileyo kokungcolile na? hhayi noyedwa.


Ngokuba siyakhubeka ngokuningi sonke. Uma umuntu engakhubeki ngezwi, lowo uyindoda epheleleyo, enamandla okulawula nomzimba wonke njengetomu.


Ngokuba angazi lutho ngokwami; nokho angilungisiswa ngalokho, kepha ongahlulelayo yiNkosi.


Pho umuntu angalungisiswa kanjani nguNkulunkulu? Ozelwe ngowesifazane angaba msulwa kanjani na?


Uyini umuntu ukuba abe mhlophe? nozelwe ngowesifazane ukuba abe ngolungileyo na?


Bheka, ngabunjwa ebubini; futhi umama wangamukela esonweni.


Uma bonile kuwe (ngokuba akakho ongoni) bese ubathukuthelela, ubakhulule phambi kwezitha zabo, babathumbe babayise ezweni elikude noma eliseduze;


Pho? thina singcono kunabo na? Qha, nakanye; ngokuba sesiwabonisile ngaphambili amaJuda nabezizwe ukuthi bonke baphansi kwesono;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite