Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Lokhu kuwugibe kumuntu odla ukudla okungcwele futhi abuze ngezifungo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kulugibe ukusho ngamawala ukuthi: “Kungcwele,” abesebuya acabange emva kwezithembiso zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kulugibe kumuntu ukusho ngokushesha athi: “Kungcwele,” bese ecabanga kamuva ngesifungo asenzile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:25
15 Referans Kwoze  

“Nizwile kwathiwa kwabasendulo: ‘Ungafungi, kepha ugcwalise izifungo zakho eNkosini;


Uma umphefumulo wenza isiphambeko, wona ngokungazi ezintweni ezingcwele zeNkosi; Woletha umnikelo wecala kuJehova, inqama engenasici yasemhlambini, njengokulinganisa kwakho amashekeli esiliva ngokweshekeli lendlu engcwele, ibe ngumnikelo wecala.


Umlomo wesiwula uyincithakalo yaso, nezindebe zaso ziwugibe lomphefumulo waso.


Ophendula indaba engakayizwa, kungubuwula nehlazo kuye.


Ungasheshi ngomlomo wakho, futhi inhliziyo yakho mayingasheshi ukukhuluma phambi kukaNkulunkulu, ngokuba uNkulunkulu usezulwini, wena usemhlabeni; ngakho-ke amazwi akho kufanele abe mancane.


Kodwa uma uyeka ukwethembisa, akuyikuba yisono kuwe.


Okuphumile emlonyeni wakho, kugcine, ukwenze; yebo, umnikelo wesihle, njengalokho ufunge isithembiso sakho kuJehova uNkulunkulu wakho, owasethembisa ngomlomo wakho.


Lapho ungena esivinini somakhelwane wakho, ungadla izithelo zomvini ngokuthanda kwakho; kodwa akumelwe uthele lutho emgqonyeni wakho.


Uma oyise noma abafowabo beza kithi bezokhononda, siyakuthi kubo: ‘Yibani umusa ngenxa yethu, ngokuba asigcinanga, kube yilowo nalowo umkakhe empini, ngokuba anibanikanga bona ngalesi sikhathi; ukuthi uzakuba lecala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite