Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukwesaba inkosi kunjengokubhonga kwengonyama; omgconayo wona umphefumulo wakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ingebhe ngenkosi injengokubhonga kwengonyama; oyithukuthelisayo wona umphefumulo wakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ulaka lwenkosi olwesabisayo lunjengokubhonga kwengonyama; oyithukuthelisayo uyakulahlekelwa ngukuphila kwakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:2
10 Referans Kwoze  

Intukuthelo yenkosi injengokubhonga kwengonyama; kepha ukuthokoza kwakhe kunjengamazolo otshanini.


Uma umoya wombusi ukuvukela, ungashiyi indawo yakho; ngoba lishweleza iziphambeko ezinkulu.


Kodwa owona kimi ulimaza umphefumulo wakhe; bonke abangizondayo bathanda ukufa.


Inkosi uSolomoni yasifunga uJehova, yathi: “UNkulunkulu makenze lokhu kimi, futhi kanjalo, uma u-Adoniya engakhulumanga leli zwi ngokumelene nomphefumulo wakhe.


Bayakulandela uJehova; Ubhodla njengengonyama; uma Ebhonga, abantwana basentshonalanga bayathuthumela.


Ulethile ihlazo endlini yakho ngokuchitha abantu abaningi, wonile umphefumulo wakho.


Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? iNkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?


Izicengezi zomlilo zalezi zoni mazizenzele izingcwecwe eziyisibekela i-altare; ngokuba banikela ngayo phambi kweNkosi, ngakho-ke bangcwelisiwe; kuyakuba yisibonakaliso kubantwana bakwa-Israyeli.


Manje, kuphila kukaJehova ongiqinisileyo, wangihlalisa esihlalweni sobukhosi sikababa uDavide, wangenzela indlu njengokuthembisa kwakhe, namuhla u-Adoniya uyakubulawa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite