Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 20:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uzasutha yisinkwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ungathandi ubuthongo, funa ufikelwe ngubumpofu; vula amehlo akho, uyakusutha ngesinkwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uyakusutha ngesinkwa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 20:13
15 Referans Kwoze  

Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Lingavilaphi emsebenzini; ovuthayo emoyeni; ukukhonza iNkosi;


Olima umhlabathi wakhe uyosutha ngesinkwa;


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Ngokuba nalapho sikini, saniyala ngalokhu ukuthi: Uma umuntu engathandi ukusebenza, makangadli.


Nalokho nisazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuvuka ebuthongweni;


Ngakho uthi: Vuka wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa.


Induna yasondela kuye, yathi kuye: “Uthini wena olele ubuthongo na?” sukuma, ubize uNkulunkulu wakho, uma uNkulunkulu esikhumbula, ukuze singalahleki.


Phaphamani ekulungeni, ningoni; ngoba abanye kabamazi uNkulunkulu; ngikhuluma lokhu ukuze libe lenhloni.


Akulutho, akulutho, kusho umthengi; kepha nxa esehambile, uyazigabisa.


Olima umhlabathi wakhe uyakuba nesinkwa ngokuchichimayo;


Uvuka kusesebusuku, aphe abendlu yakhe ukudla, aphe izincekukazi zakhe isabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite