Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ukuze uhambe endleleni yabalungileyo, ulondoloze imikhondo yabalungileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kanjalo uyakuhamba ezindleleni zabahle, ugcine imikhondo yabalungileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 ukuze bahambe ezindleleni zabahle, bagcine izindlela zabalungileyo,

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:20
10 Referans Kwoze  

Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.


Sithandwa, ungalandeli okubi, kodwa okuhle. Owenza okuhle ungokaNkulunkulu, kepha owenza okubi akambonanga uNkulunkulu.


Usho kanje uJehova, uthi: “Yimani ezindleleni, nibuke, nibuze ngezindlela zakudala, iphi indlela enhle, nihambe ngayo, niyakufumana ukuphumula kwemiphefumulo yenu. Kodwa bathi: Asiyikuhamba ngayo.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Sukani kimi nina benzi bokubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Ngingumngane wabo bonke abakwesabayo, nowabagcina imiyalo yakho.


Kodwa indlela yabalungileyo injengokukhanya okukhazimulayo okuqhubeka kukhanya njalo kuze kube semini enkulu.


Ngikufundisile endleleni yokuhlakanipha; Ngikuholile ezindleleni ezilungile.


Ngihamba endleleni yokulunga, phakathi kwemikhondo yokulunga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite