Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngoba indlu yakhe iphelela ekufeni kanye lezindlela zakhe kwabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 ngokuba indlu yakhe ishonela ekufeni, nasezithunzini izindlela zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngokuba indlu yakhe iholela ekufeni, nezindlela zakhe emathunzini.

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:18
11 Referans Kwoze  

Kodwa kakwazi ukuthi abafileyo bakhona; nokuthi abamenyiweyo bakhe basezinzulwini zesihogo.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Ngokuba niyakwazi lokhu, ukuthi akukho sifebe, noma ongcolileyo, noma onesangabe ongokhonza izithombe, onefa embusweni kaKristu noNkulunkulu.


Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.


Wabona ukuthi ukuphumula kuhle, nezwe limnandi; wagoba ihlombe lakhe ukuba athwale, waba yisigqila sokutheliswa.


Ngokuba inzondo yabangenalwazi iyobabulala, nokunetha kweziwula kuyakubabhubhisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite