Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 ukuze ukhulule kowesifazane wezizwe, kowezizwe othophayo ngamazwi akhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ukuba wophulwe kowesifazane ondindayo nakuye owezizwe onamazwi athophayo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Lokhu kuyokusindisa kowesifazane ondindayo, nakowezizwe omazwi akhe ayashelela,

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:16
11 Referans Kwoze  

Ngase ngifumana okubaba kunokufa, owesifazane onhliziyo yakhe iyizingibe namanetha, nezandla zakhe ziyizibopho; othokozisa uNkulunkulu uyakuphunyuka kuyo; kodwa isoni siyakubanjwa yiyo.


Ngokuba isifebe singumgodi ojulile; nowesifazane ongaziwa ungumgodi omncane.


Umlomo wowesifazane ongaziwa ungumgodi ojulile; omenyanya uJehova uyakuwela kulo.


ukuze ugcinwe kowesifazana omubi, ekuthopheni kolimi lowesifazana ongazi.


Umuntu othopha umakhelwane wakhe wenekela izinyawo zakhe inetha.


Wakhala inyembezi phambi kwakhe izinsuku eziyisikhombisa, kusedilini labo; ngosuku lwesikhombisa wamtshela, ngokuba wayemlimazile; wayitshela abantwana babantu bakubo imfihlakalo.


Ulimi lwamanga luyabazonda abahlutshwa ngalo; nomlomo othophayo wenza incithakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite