Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 abazindlela zabo ziyisigwegwe, baduka ezindleleni zabo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 abazindlela zabo ziyisigwegwe, nemikhondo yabo iphambene,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 abandlela zabo zigwegwile, nemikhondo yabo imazombezombe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:15
8 Referans Kwoze  

Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.


Indlela yomuntu ayilungile futhi iyinqaba, kepha ohlanzekileyo umsebenzi wakhe ulungile.


ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni;


Babonakalisile, ibala labo alisilo ibala labantwana bakhe; bayisizukulwane esibi nesiphambeneyo.


Abayazi indlela yokuthula; futhi akukho ukwahlulela ezindleleni zabo; bazenzela imigwaqo eyisigwegwe; ongena kuwo ngeke akwazi ukuthula.


Wonke amazwi omlomo wami asekulungeni; akukho okubi noma okuphambene kuzo.


Ohamba ngobuqotho uyamesaba uJehova; kepha omubi ezindleleni zakhe uyamdelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite