Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 2:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngokuba ukuhlakanipha kuyakungena enhliziyweni yakho, ukwazi kube mnandi emphefumulweni wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ngokuba ukuhlakanipha kuyongena enhliziyweni yakho, ukwazi kuthokozise umphefumulo wakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 2:10
15 Referans Kwoze  

Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Izwi likaKristu malihlale kini ngokucebile kukho konke ukuhlakanipha; nifundisana, niyalane ngamahubo, nangezihlabelelo, nangamaculo okomoya, nihubele ngomusa ezinhliziyweni zenu iNkosi.


Angibuyanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi omlomo wakhe ngawenza ngaphezu kokudla kwami.


Ngiyathokoza ngezwi lakho njengozuza impango enkulu.


Ukuzindla kwami kuye makube mnandi; ngiyakuthokoza ngoJehova.


Kuyathandeka kunegolide, yebo, kunegolide elicwengekileyo; futhi imnandi kunezinyosi namakhekheba.


Ngidle ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kungukuthokoza kwenhliziyo yami.


Ukuhlakanipha kuhlezi enhliziyweni yoqondileyo, kodwa okuphakathi kweziwula kuyaziwa.


Amnandi kangakanani amazwi akho emlonyeni wami! yebo, imnandi kunezinyosi emlonyeni wami.


MEM. O, yeka indlela engiwuthanda ngayo umthetho wakho! lokhu kungukuzindla kwami usuku lonke.


Ukunika abangenalwazi ubuqili, abasha ulwazi nokweluleka.


Ngokuba kuhle uma uwagcina phakathi kwakho; zizolingana nezindebe zakho.


Ungamshiyi, futhi uyokugcina; mthande, futhi uyokugcina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite