Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ufakazi wamanga akayekwa, nophafuza amanga uyakubhubha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ufakazi wamanga akayukuyekwa angajeziswa, nophafuza amanga uyobhubha.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:9
16 Referans Kwoze  

Ngokuba ngaphandle kukhona izinja, nabathakathi, nezifebe, nababulali, nabakhonza izithombe, nabo bonke abathanda nawabenzayo amanga.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lophafuza amanga kayikuphunyuka.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, neziphingi, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.


Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.


Ngoba niyidabukisile inhliziyo yolungileyo ngamanga, engingabadabukanga; futhi waqinisa izandla zomubi ukuze angabuyi endleleni yakhe embi ngokumthembisa ukuphila.


Ufakazi wamanga ophafuza amanga, lohlanyela ukuxabana phakathi kwabazalwane.


Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.


Ufakazi wamanga uyabhubha, kepha umuntu ozwayo ukhuluma njalo.


Inkosi yasilaya, alethwa amadoda ayemangalele uDaniyeli, awaphosela emphandwini wezingonyama, wona, nabantwana bawo, nawomkawo; amabhubesi ababamba, bawaphula onke amathambo abo, noma baze bafika phansi emgodini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite