Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lophafuza amanga kayikuphunyuka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ufakazi wamanga akayekwa, nophafuza amanga akayikusinda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ufakazi wamanga akayukuyekwa angajeziswa, nophafuza amanga akayukuphunyuka.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:5
14 Referans Kwoze  

Ufakazi wamanga uyabhubha, kepha umuntu ozwayo ukhuluma njalo.


Ufakazi wamanga kayikujeziswa, lokhuluma amanga uzabhubha.


Ufakazi wamanga ophafuza amanga, lohlanyela ukuxabana phakathi kwabazalwane.


Ungasakazi amahemuhemu; ungahlanganisi izandla nomubi ukuba ube ngufakazi ongalungile.


Inkosi yasilaya, alethwa amadoda ayemangalele uDaniyeli, awaphosela emphandwini wezingonyama, wona, nabantwana bawo, nawomkawo; amabhubesi ababamba, bawaphula onke amathambo abo, noma baze bafika phansi emgodini.


Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka osebenzisa ngeze igama lakhe angajeziswa.


Ungambheki njengomsulwa manje, ngokuba wena uyindoda ehlakaniphileyo, futhi uyakwazi okufanele ukwenze kuye; kodwa ikhanda lakhe elitshekile likwenza wehlele ethuneni negazi.


Wathi kuye: “Nami ngingumprofethi njengawe; ingelosi yakhuluma kimi ngezwi likaJehova, yathi: “Mbuyisele endlini yakho ukuba adle isinkwa, aphuze amanzi. Kodwa wamqambela amanga.


Bayakuphunyuka ngobubi na? Ngentukuthelo yakho wisa abantu, Nkulunkulu.


Ufakazi othembekileyo akaqambi amanga, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Ungafakazi amanga ngomakhelwane wakho.


Ufakazi weqiniso usindisa imiphefumulo, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite