Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ochitha uyise noxosha unina uyindodana ehlazisayo nesihlambayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ochitha uyise noxosha unina uyindodana ehlazisayo nebanga amahloni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Ohlukumeza uyise noxosha unina, uyindodana ehlazisayo nebanga amahloni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:26
14 Referans Kwoze  

Inceku ehlakaniphileyo iyobusa phezu kwendodana ehlazisayo, futhi iyoba nesabelo sefa phakathi kwabafowabo.


Obutha ehlobo ungumfana ohlakaniphileyo; kodwa olalayo ngesikhathi sokuvuna uyindodana yehlazo.


Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.


Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.


Kukhona isizukulwane esithuka uyise futhi esingabusisi unina.


Ophanga uyise noma unina, athi: “Lokhu akusona isiphambeko; unjalo umngane womchithi.


Uyajabula umuntu ohlala esaba, kodwa oyenza lukhuni inhliziyo yakhe uwela ebubini.


Ogcina umthetho uyindodana ehlakaniphileyo, kepha umngane wezihlakaniphi uhlazisa uyise.


Indodana eyisiwula ilusizi kuyise, nomunyu koyizalayo.


Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Yeka, ndodana yami, ukuzwa ukusola okudukisa emazwini olwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite