Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Shaya isideleli, abangenalwazi bayakuqaphela; ukhuze ohlakaniphileyo, uyakuqonda ukwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Shaya isideleli, ongenalwazi uyakuthola ukuqonda; sola oqondileyo, uyakuqonda ukwazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Sishaye isedeleli ukuze ongenalwazi abe nokuqonda; msole ohlakaniphileyo, uyakuzuza ulwazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:25
10 Referans Kwoze  

Lapho isideleli sijeziswa, ongenalwazi uyahlakanipha; uma ohlakaniphileyo efundiswa, uyakwamukela ukwazi.


Ukukhuzwa kuyeza kumuntu ohlakaniphileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Isiwula siyadelela ukulaya kukayise, kodwa oqaphela ukusolwa uhlakaniphile.


Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale; ngakho shisekela, uphenduke.


Bonke abantu bomuzi wakubo bayakumkhanda ngamatshe, afe; khona-ke kumelwe ususe ububi ngaphansi kwakho; wonke u-Israyeli uyakuzwa, esabe.


Wonke u-Israyeli uyakuzwa lokhu, esabe, angabe esabenza ububi obunjengabo phakathi kwenu.


Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu;


Okhuza isideleli uzizuzela ihlazo; futhi lowo okhuza omubi uthola ibala kuye.


Umuntu ohlakaniphileyo uyakuzwa, afunde okwengeziwe; nomuntu ohlakaniphileyo uyakufika esilulekweni esihlakaniphileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite