Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ogcina umyalo ugcina umphefumulo wakhe; kepha odelela izindlela zakhe uyakufa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ogcina umyalo ulonda umphefumulo wakhe, kepha onganaki izindlela zakhe uyakufa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ogcina umyalo ulonda umphefumulo wakhe, kepha onganaki izindlela zakhe uyakufa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:16
25 Referans Kwoze  

A re ho yena: O arabile hantle; etsa hoo, mme o tla phela.


Odelela izwi uyakubhujiswa; kepha owesaba umyalo uyakuvuzwa.


Kodwa yena wathi: Yebo kodwa kakhulu babusisiwe abalizwayo ilizwi likaNkulunkulu, baligcine.


Ngokuba uthando lukaNkulunkulu yilokhu, ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima.


Futhi loba yini esiyicelayo siyakwemukela kuye, ngoba sigcina imilayo yakhe, njalo senza okuthandekayo phambi kwakhe.


Lapho kungekho buso, abantu bayabhubha; kepha ogcina umthetho ubusisiwe.


Ogcina umlomo wakhe nolimi lwakhe ulonda umphefumulo wakhe ezinsizini.


Umendo wabaqotho ungukudeda ebubini; ogcina indlela yakhe ugcina umphefumulo wakhe.


Babusisiwe abagcina imiyalo yakhe, ukuze babe negunya emthini wokuphila, futhi bangene emzini ngamasango.


Ukusoka akulutho, nokungasoki akulutho, kodwa ukugcina imiyalo kaNkulunkulu.


Ake sizwe isiphetho sayo yonke lendaba: Mesabe uNkulunkulu, ugcine imiyalo yakhe, ngokuba lokhu kuyimfanelo yomuntu wonke.


Ogcina umyalo akayikuzwa okubi; futhi inhliziyo yomuntu ohlakaniphileyo iyasiqonda isikhathi kanye nokwahlulela.


Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami; kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami.


Uma ningithanda, gcinani imiyalo yami.


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Wezwa ukukhala kwecilongo, akaxwayisanga; igazi lakhe liyakuba phezu kwakhe. Kepha omxwayisayo uyakusindisa umphefumulo wakhe.


Kodwa ngabayala le nto ngathi: Lalelani izwi lami, futhi ngizoba nguNkulunkulu wenu, futhi niyoba ngabantu bami; nihambe ngezindlela zonke enginiyale ngazo, ukuze kube kuhle kini.


Ameva nezingibe kusendleleni yababi; ogcina umphefumulo wakhe ukude nakho.


Olahla ukulaywa udelela umphefumulo wakhe; kepha ozwa ukusolwa uzuza ukuqonda.


Kulabo abagcina isivumelwano sakhe nalabo abakhumbula imiyalo yakhe ukuba bayenze.


Ngokuba ulaka luyabulala iziwula, nomhawu ubulala iziwula.


Umuntu oduka endleleni yokuqonda uyakuhlala ebandleni labafileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite