Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ubuvila bushonisa ebuthongweni obunzima, nesidenge siyalamba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ubuvila buletha ubuthongo obunzima; oyivila uyobulawa yindlala.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:15
14 Referans Kwoze  

Ngokuba isidakwa nesiminzi bayakuba-mpofu, ukozela kuyokwembathisa umuntu amanikiniki.


Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uzasutha yisinkwa.


Ngokuba nalapho sikini, saniyala ngalokhu ukuthi: Uma umuntu engathandi ukusebenza, makangadli.


Ubuthongo obuncinyane, ukozela kancane, ukugoqa izandla kancane ukuthi ngilale.


Ngakho uthi: Vuka wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa.


Abalindi bakhe bayizimpumputhe, bonke abanalwazi, bonke bayizinja eziyizimungulu, azikwazi ukukhonkotha; lala, qamba amanga, uthanda ukulala.


Ivila lifaka isandla salo esifubeni salo, alisibuyiseli nakanye emlonyeni walo.


Uyaqaphela izindlela zendlu yakhe, angadli isinkwa sobuvila.


Ngakho ubumpofu bakho buyofika njengomhambi, nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Owephuzayo emsebenzini wakhe ungumfowabo womchithi omkhulu.


Ivila lathi: “Kukhona ingonyama ngaphandle, ngiyakubulawa emigwaqweni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite