Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 19:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ingqondo yomuntu ibambezela ukuthukuthela; futhi kuyinkazimulo yakhe ukweqa isiphambeko.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukuhlakanipha komuntu kubambezela intukuthelo yakhe; kuludumo lwakhe ukudlula esiphambekweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ohlakaniphile uyephuza ukuthukuthela; kuludumo lwakhe ukudlula esiphambekweni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 19:11
19 Referans Kwoze  

Obekezelayo ungcono kuneqhawe; nobusa umoya wakhe njengalowo othumba umuzi.


Obekezelayo unokuqonda okukhulu, kepha onamawala emoyeni uphakamisa ubuwula.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Umuntu onolaka uvusa ukuxabana, kepha obhekayo uthulisa ingxabano.


Ulaka lwesiwula seluyaziwa, kodwa umuntu oqondileyo uyasibekela ihlazo.


Kepha yibani nomusa omunye komunye, nihawukele, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngenxa kaKristu.


Kuludumo kumuntu ukuyeka ukuxabana, kepha zonke iziwula ziyagxambukela.


Uma isitha sakho silambile, mnike isinkwa sidle; futhi uma omile, mnike amanzi aphuze.


Ukuqala kokuxabana kunjengokuvulela amanzi; ngakho shiya ingxabano ngaphambi kokuphazamisa.


OAbana noFariphari, imifula yaseDamaseku, abangcono yini kunawo wonke amanzi akwa-Israyeli? anginakugeza kuwo, ngihlambuluke, na? Ngakho waphenduka wahamba ngokucasuka.


Olahlwayo uyambula izimfihlakalo, kepha othembekile emoyeni uyayifihla indaba.


Isiwula siyakukhuluma konke ukuqonda kwaso, kepha ohlakaniphileyo uyakulonda kuze kube sekupheleni.


Ungasho ukuthi: Ngiyakubuyisela okubi; kepha lindela uJehova, uyakukukhulula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite