Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 18:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ukudalelwa kuqeda ukuxabana, kwahlukanisa abanamandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Inkatho iyaqeda ukuxabana, yahlukanise phakathi kwabanamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Unkatho luyayiqeda ingxabano; luyehlukanisa phakathi kwabanamandla.

Gade chapit la Kopi




IzAga 18:18
10 Referans Kwoze  

Inkatho yenzelwa emathangeni; kepha konke ukulunga kwakho kungokukaJehova.


Izikhulu zabantu zazihlala eJerusalema; abanye abantu benza inkatho yokubeka oyedwa kwabayishumi ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nezabelo eziyisishiyagalolunye kweminye imizi.


Nabo benza inkatho ngabafowabo, amadodana ka-Aroni, phambi kwenkosi uDavide, noSadoki, no-Ahimeleki, nezinhloko zezindlu zawoyise zabapristi namaLevi, izinhloko zawoyise zimelane nabafowabo abancane.


Oonyana bakaMerari ngenkatho ngokwemizalwane yabo, esizweni sakwaRubeni, nasesizweni sakwaGadi, nasesizweni sakwaZebuloni, imizi eyishumi nambili.


USawuli wasesithi: Yenzani inkatho phakathi kwami loJonathani indodana yami. UJonathani wabanjwa.


Ifa labo laba ngenkatho, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose ezizweni eziyisishiyagalolunye nasenxenyeni yesizwe.


Ongowokuqala ecaleni lakhe ubonakala elungile; kepha kwafika umakhelwane wakhe, wamphenya.


Umzalwane owoniweyo ulukhuni kunomuzi onamandla, nokuxabana kwabo kunjengemigoqo yenqaba.


USawuli wasesithi eNkosini uNkulunkulu kaIsrayeli: Yenza inkatho epheleleyo. OSawule noJonathani baboshwa, kepha amadoda abaleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite