Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 17:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Abazukulu bangumqhele wabantu abadala; nenkazimulo yabantwana ingoyise.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Abantwana babantwana bangumqhele wabadala, nodumo lwabantwana lungoyise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Abazukulu bangumqhele wabadala, abazali bayigugu kubantwana.

Gade chapit la Kopi




IzAga 17:6
12 Referans Kwoze  

Impunga ingumqhele wenkazimulo lapho itholakala endleleni yokulunga.


Umuntu omuhle ushiyela abantwana bakhe ifa, ingcebo yesoni ibekelwe olungileyo.


Kodwa ngenxa kaDavide uJehova uNkulunkulu wakhe wamnika isibani eJerusalema ukuze avuse indodana yakhe ngemva kwakhe futhi aqinise iJerusalema.


Kodwa ezinsukwini zakho kangiyikukwenza lokhu ngenxa kayihlo uDavida; kodwa ngiyakuwuhlwitha esandleni sendodana yakho.


UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.


UIsrayeli wasesithi kuJosefa: Ngangingacabangi ukuthi ngizakubona ubuso bakho; khangela-ke, uNkulunkulu ungibonisile lenzalo yakho.


Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Indodana ihlonipha uyise, nenceku inkosi yayo; uma ngingubaba, kuphi ukudunyiswa kwami? uma ngiyinkosi, kuphi ukwesatshwa kwami na? usho uJehova Sebawoti kini, nina bapristi, enidelela igama lami. Futhi nithi: Silidelele ngani igama lakho?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite