Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 17:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Isiqephu esomile esinokuthula singcono kunendlu egcwele iminikelo nokuxabana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Umthamo owomileyo kanye nokuthula ungcono kunendlu egcwele okuhlatshiweyo kanye nokuxabana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ungcono onokuncane, owomileyo enokuthula, kunendlu egcwele okuhlatshiweyo nokuxabana.

Gade chapit la Kopi




IzAga 17:1
8 Referans Kwoze  

Isidlo semifino lapho kukhona uthando singcono kunenkabi yesibaya kanye nenzondo.


Kungcono ukuhlala ehlane kunokuhlala nowesifazane oxabanayo nothukuthele.


Okuncane anakho olungileyo kungcono kunenotho yababi abaningi.


Kungcono ukuhlala ekhoneni lophahla kunokuhlala endlini ebanzi nowesifazane oxabanayo.


Nginemihlatshelo yokubonga kanye nami; namuhla ngigcwalise izifungo zami.


Inceku ehlakaniphileyo iyobusa phezu kwendodana ehlazisayo, futhi iyoba nesabelo sefa phakathi kwabafowabo.


Okuncane kanye nokumesaba uJehova kungcono kunengcebo eningi kanye nosizi.


Ingcosana enobulungisa ingcono kunenzuzo enkulu engenabulungisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite