Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 16:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kepha uJehova uqondisa izinyathelo zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Inhliziyo yomuntu iceba indlela, kepha uJehova uyaqondisa izinyathelo zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kodwa uSimakade uyaziqondisa izinyathelo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 16:9
11 Referans Kwoze  

Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Izinyathelo zomuntu zimiswa nguJehova, futhi uyayithanda indlela yakhe.


Ukuzindla kwenhliziyo kumuntu, nempendulo yolimi ivela kuJehova.


Izindlela zomuntu zivela kuJehova; pho, umuntu angaqonda kanjani eyakhe indlela na?


Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukumuntu ukuba aqondise izinyathelo zakhe.


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


ngimemezele isiphetho kwasekuqaleni nasendulo izinto ezingakenziwa, nithi: Isiluleko sami siyakuma, ngenze yonke intando yami;


Ingcosana enobulungisa ingcono kunenzuzo enkulu engenabulungisa.


Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile.


UNkulunkulu wambulala u-Ahaziya ngokuza kuJoramu; ngoba ekufikeni kwakhe waphuma loJoramu ukuya kuJehu indodana kaNimshi, amgcobileyo uJehova ukuthi achithe indlu kaAhabi.


Inhliziyo yenkosi isesandleni sikaJehova njengemifula yamanzi; Uyiphendulela lapho ethanda khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite