Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 16:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ingcosana enobulungisa ingcono kunenzuzo enkulu engenabulungisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Okuncane kanye nokulunga kungcono kunenzuzo enkulu kanye nokungalungi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Okuncane okuhle kanye nokulunga, kungcono kunenzuzo enkulu etholakala ngokungalungi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 16:8
12 Referans Kwoze  

Okuncane kanye nokumesaba uJehova kungcono kunengcebo eningi kanye nosizi.


Okuncane anakho olungileyo kungcono kunenotho yababi abaningi.


Njengentende ehlezi phezu kwamaqanda, ingawachanyuseli; kanjalo ozuza ingcebo kungengenxa yokulunga uyakuyishiya phakathi kwezinsuku zakhe, abe yisiwula ekugcineni.


Isekhona yini ingcebo yobubi endlini yomubi, nesilinganiso esincane esinengekayo na?


Lapho izindlela zomuntu zimthokozisa uJehova, wenza ngisho nezitha zakhe zibe nokuthula naye.


Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kepha uJehova uqondisa izinyathelo zakhe.


Kungcono ukuthula okuncane kunezandla zombili ezigcwele umshikashika nokuphangisa.


Isidlo semifino lapho kukhona uthando singcono kunenkabi yesibaya kanye nenzondo.


Isiqephu esomile esinokuthula singcono kunendlu egcwele iminikelo nokuxabana.


Ungcono ompofu ohamba ngobuqotho kunomubi ezindleleni zakhe, nakuba ecebile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite