Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 16:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ukuqonda kungumthombo wokuphila konakho, kepha ukulaya kweziwula kungubuwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ukuqonda kungumthombo wokuphila konakho, kepha ubuwula bungukulaywa kweziwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Ukuqonda kungumthombo wokuphila konakho, kepha ubuwula buyisijeziso seziwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 16:22
16 Referans Kwoze  

Ngumoya ophilisayo; inyama ayisizi lutho; amazwi engiwakhuluma kini angumoya, angukuphila.


Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Umthetho wohlakaniphileyo ungumthombo wokuphila, ukuze kusukwe ezingibeni zokufa.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade, akayi ekwahlulelweni; kodwa wedlulile ekufeni wangena ekuphileni.


Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha ubudlova busibekela umlomo wababi.


USimoni Petru wamphendula wathi: “Nkosi, siyakuya kubani na? amazwi okuphila okuphakade nguwe.


Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo, nomthombo wokuhlakanipha njengomfula ogobhozayo.


Inhliziyo yolungileyo ihlola ukuphendula, kodwa umlomo wababi uthulula okubi.


Ulimi lwabahlakaniphileyo lusebenzisa ulwazi ngokufanele, kodwa umlomo weziwula uthulula ubuwula.


Ukumesaba uJehova kungumthombo wokuphila, ukuze kudeke ezingibeni zokufa.


Kuyakuba-ngukuphila emphefumulweni wakho, nomusa entanyeni yakho.


Ohlakaniphile ngenhliziyo uyakubizwa ngokuthi ohlakaniphileyo, nobumnandi bezindebe bukhulisa ukufunda.


Inhliziyo yohlakaniphileyo ifundisa umlomo wakhe, yenezele imfundiso ezindebeni zakhe.


Umlomo wesiwula uyincithakalo yaso, nezindebe zaso ziwugibe lomphefumulo waso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite