Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 15:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Lapho kungekho khona ukululekana, amasu ayachitheka, kepha ngobuningi babeluleki ayakuma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Lapho kungekho khona ukwelulekana, amasu ayabhuntsha, kodwa uma bebaningi abeluleki ayaphumelela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 15:22
8 Referans Kwoze  

Lapho kungekho ukululekana, abantu bayawa; kepha ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.


Yonke inhloso inqunywa ngokululekana, nempi yenziwa ngeseluleko esihle.


Ngoba yonke into inesikhathi nokwahlulela, ngakho-ke usizi lomuntu lukhulu phezu kwakhe.


Woza-ke, ake ngikuphe iseluleko, ukuze usindise impilo yakho leyendodana yakho uSolomoni.


Ubuwula buyinjabulo koswela ukuhlakanipha, kepha umuntu oqondileyo uhamba ngobuqotho.


Umuntu uyathokoza ngempendulo yomlomo wakhe, nezwi elikhulunywe ngesikhathi salo, yeka ukuthi lihle kangakanani!


UDavide wacebisana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu nezikhulu zonke.


Ngokuba ngeziluleko ezihlakaniphileyo uyakulwa impi yakho, futhi ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite