Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 15:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ubuwula buyinjabulo koswela ukuhlakanipha, kepha umuntu oqondileyo uhamba ngobuqotho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ubuwula buyintokozo kongenangqondo, kepha umuntu oqondileyo uyaqondisa ukuhamba kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ubuwula buyintokozo kongenangqondo, kepha umuntu onokuqonda uyakuqondisa ukuhamba kwakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 15:21
13 Referans Kwoze  

Ngakho bhekisisani ukuthi nihamba kanjani, kungabi njengeziwula kodwa njengabahlakaniphileyo;


Ngokuba isiwula kuyathokozisa ukwenza okubi, kepha umuntu oqondileyo unokuhlakanipha.


Umuntu ohlakaniphileyo uyesaba, abaleke ebubini, kepha isiwula siyafutheka, sinesibindi.


Iziwula zihleka usulu isono, kepha phakathi kwabalungileyo kukhona umusa.


Ongenakuhlakanipha uyadelela umakhelwane wakhe, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.


Ngubani phakathi kwenu indoda ehlakaniphileyo njalo enolwazi? Makabonise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.


Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova; bonke abenza imiyalo yakhe banengqondo enhle; ukudunyiswa kwakhe kumi kuze kube phakade.


Wathi kumuntu: “Bheka, ukumesaba uJehova kungukuhlakanipha; nokudeda ebubini kungukuqondisisa.


Ukuhlakanipha kohlakaniphileyo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.


Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.


Amehlo akho mawabheke ngqo, nezinkophe zakho mazibheke phambili.


Hlela umkhondo wezinyawo zakho, futhi zonke izindlela zakho maziqine.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite