Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 15:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Indlela yevila injengothango lwameva, kepha indlela yabalungileyo isobala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Indlela yevila injengothango lobobe, kepha umkhondo wabakhutheleyo ungumendo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Indlela yevila injengothango lwameva, kodwa umkhondo wabakhutheleyo unjengomgwaqo ohlelembelekile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 15:19
18 Referans Kwoze  

Kuyakuba khona umgwaqo omkhulu nendlela, futhi iyobizwa ngokuthi, indlela yobungcwele; ongcolileyo angadluli phezu kwayo; kepha kuyakuba ngabo: abahambayo, nakuba beyiziwula, abayikuduka ngakho.


Izindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho lithi: Nansi indlela, hambani ngayo, lapho niphambuka ngakwesokunene, nalapho niphambuka ngakwesokhohlo.


Ameva nezingibe kusendleleni yababi; ogcina umphefumulo wakhe ukude nakho.


Ivila lithi: Kukhona ingonyama endleleni; ingonyama isemigwaqweni.


Ivila lathi: “Kukhona ingonyama ngaphandle, ngiyakubulawa emigwaqweni.”


Wonke acacile kwabahlakaniphileyo, alungile kwabathola ukwazi.


Ngifundise indlela yakho, Jehova, ungihole endleleni eqondileyo ngenxa yezitha zami.


Mazi kuzo zonke izindlela zakho, futhi uyokwenza izindlela zakho ziqonde.


Ngubani lo owesaba uJehova? uzamfundisa ngendlela azayikhetha.


Ngihole, Jehova, ngokulunga kwakho ngenxa yezitha zami; lungisa indlela yakho phambi kobuso bami.


futhi lizakuthi: Qumbani, fumbathani, lungisani indlela, susani isikhubekiso endleleni yabantu bami.


Umuntu onolaka uvusa ukuxabana, kepha obhekayo uthulisa ingxabano.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


Yana entuthwaneni, vila; bheka izindlela zayo, uhlakaniphe.


Ukulunga kopheleleyo kuyakuqondisa indlela yakhe, kodwa omubi uyakuwa ngobubi bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite