Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 15:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Isideleli asithandi noma ubani omlayayo, futhi akayi kwabahlakaniphileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Isideleli asithandi ukusolwa; asiyi kwabahlakaniphileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Isedeleli asimfuni ozosisola, asiyi kwabahlakaniphileyo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 15:12
11 Referans Kwoze  

Bayamzonda okhuzayo esangweni, bamenyanya okhuluma ukulunga.


Ngakho bathi kuNkulunkulu: Suka kithi; ngoba kasifuni ukwazi izindlela zakho.


Ngokuba siyeza isikhathi abangayikuvuma ngaso isifundiso esiphilileyo; kodwa ngokwezinkanuko zabo bayakuzibuthela abafundisi, beluma izindlebe;


Izwe lingenizonde; kodwa mina liyangizonda, ngoba ngifakaza ngalo, ukuthi imisebenzi yalo mibi.


Ukusolwa kulukhuni koshiya indlela, ozonda ukusolwa uyakufa.


Inkosi yakwa-Israyeli yathi kuJehoshafati: “Kusekhona indoda eyodwa esingabuza ngayo kuJehova; kodwa ngiyamzonda; ngokuba akaprofethanga okuhle kimi, kepha okubi njalo; lo nguMika indodana ka-Imla. UJehoshafati wathi: “Mayingasho njalo inkosi.


Indodana ehlakaniphileyo ilalela ukulaya kukayise, kepha isideleli asikuzwa ukusolwa.


Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Isideleli sifuna ukuhlakanipha, singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite