Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Iziwula zihleka usulu isono, kepha phakathi kwabalungileyo kukhona umusa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Iziwula ziyadelela umnikelo wecala, kepha phakathi kwabaqotho wamukelekile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Iziwula ziyawudelela umnikelo wecala, kepha kwabaqotho wemukelekile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:9
15 Referans Kwoze  

Ngokuba isiwula kuyathokozisa ukwenza okubi, kepha umuntu oqondileyo unokuhlakanipha.


Injalo indlela yowesifazane ophingayo; uyadla, asule umlomo wakhe, athi: Angenzanga bubi.


Ukuqonda okuhle kunikeza umusa, kepha indlela yabaphambukayo ilukhuni.


ukuthi bathi kini: Ngesikhathi sokugcina kuzakuba khona abahleki bosulu, abahamba ngezinkanuko zabo zokungamesabi uNkulunkulu.


Umuntu omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu onamacebo amabi uyakumlahla.


Ngoba lowo ongitholayo uthola ukuphila njalo uzazuza umusa eNkosini.


Kanjalo uyakufumana umusa nengqondo enhle emehlweni kaNkulunkulu nakubantu.


Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Kakhulu kangakanani onengeka nongcolile umuntu ophuza ububi njengamanzi?


Uma ungenakuletha iwundlu, uyakuletha amahobhe amabili noma amaphuphu amabili amajuba kuJehova ngenxa yesiphambeko sakhe osenzile; elinye libe ngumnikelo wesono, elinye libe ngumnikelo wokushiswa.


Impela uyabahleka abaklolodayo, kepha abathobekile ubapha umusa.


Abanenhliziyo embi bayisinengiso kuJehova;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite