Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ukuhlakanipha kohlakaniphileyo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ukuhlakanipha koqondileyo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ukuhlakanipha koqondayo kungukuqonda indlela yakhe, kepha ubuwula beziwula buyinkohliso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:8
21 Referans Kwoze  

Ngakho ningabi ngabangahlakaniphileyo, kodwa niqonde okuyintando yeNkosi.


Kepha abantu ababi nabakhohlisi bazakuqhubekela phambili ebubini, bedukisa, bedukiswa.


Ngubani phakathi kwenu indoda ehlakaniphileyo njalo enolwazi? Makabonise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.


ukuba nikhumule maqondana nenkambo yakuqala umuntu omdala, owonakala ngezinkanuko zenkohliso;


Omubi wenza umsebenzi wenkohliso, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo omisiwe.


Ngihamba endleleni yokulunga, phakathi kwemikhondo yokulunga.


Khona uyakuqonda ukulunga nokwahlulela nokulunga; yebo, yonke imigwaqo emihle.


JOD. Izandla zakho zangenza, zangibumba; ngiphe ukuqonda, ukuze ngifunde imiyalo yakho.


Sengathi izindlela zami beziqondile ukugcina izimiso zakho!


Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova; bonke abenza imiyalo yakhe banengqondo enhle; ukudunyiswa kwakhe kumi kuze kube phakade.


Phakamisa amehlo akho, ubheke abavela enyakatho: iphi imihlambi owaphiwa yona, umhlambi wakho omuhle?


Ake ngizwe umusa wakho ekuseni; ngoba ngithemba wena; ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo; ngoba ngiphakamisela umphefumulo wami kuwe.


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli zwe kungubuwula kuNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo.


Ubuwula buyinjabulo koswela ukuhlakanipha, kepha umuntu oqondileyo uhamba ngobuqotho.


Imicabango yabalungileyo ilungile, kodwa iseluleko sababi siyinkohliso.


Ngase ngibona ukuthi ukuhlakanipha kudlula ubuwula njengokukhanya kudlula ubumnyama.


Ngokuba akukho ukukhunjulwa kohlakaniphileyo ngaphezu kwesiwula kuze kube phakade; ngokuba lokho okuzayo ngalezi zinsuku kuyakukhohlakala konke. Futhi ufa kanjani ohlakaniphileyo? kunesiwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite