Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Isideleli sifuna ukuhlakanipha, singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Isideleli siyafuna ukuhlakanipha singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Isedeleli sifuna ukuhlakanipha kodwa singakutholi, kanti ulwazi lutholakala kalula koqondayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:6
24 Referans Kwoze  

Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.


Uma umuntu ecabanga ukuthi wazi utho, akakazi njengalokhu kufanele ukuba azi.


Wonke acacile kwabahlakaniphileyo, alungile kwabathola ukwazi.


Abahlakaniphileyo bayajabha, bayesaba, bavalelwe; bheka, balilahlile izwi likaJehova; kukhona ukuhlakanipha kuni na?


Emthethweni nasebufakazini: uma bengakhulumi njengaleli zwi, kungoba akukho ukukhanya kubo.


Uyambona umuntu ohlakaniphileyo emehlweni akhe na? kukhona ithemba ngesiwula kunaso.


Isiwula asithokozi enhliziyweni yaso, kodwa ukuze iziveze inhliziyo yaso.


Ukuhlakanipha kuphambi konengqondo; kodwa amehlo esiwula asemikhawulweni yomhlaba.


Vula amehlo ami, ukuze ngibone izimangaliso ezivela emthethweni wakho.


Umuntu ohlakaniphileyo uyakuzwa, afunde okwengeziwe; nomuntu ohlakaniphileyo uyakufika esilulekweni esihlakaniphileyo.


Ufakazi othembekileyo akaqambi amanga, kodwa ufakazi wamanga uphafuza amanga.


Suka ebusweni bomuntu oyisiwula, uba ungaboni izindebe zolwazi kuye.


Ukuhlakanipha kuphakeme kunesiwula; asiwuvuli umlomo waso esangweni.


Wonke amazwi omlomo wami asekulungeni; akukho okubi noma okuphambene kuzo.


Isideleli asithandi noma ubani omlayayo, futhi akayi kwabahlakaniphileyo.


Kungani kukhona umvuzo esandleni sesiwula ukuze sizuze ukuhlakanipha, njengoba singenanhliziyo yakho?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite