Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kuwo wonke umshikashika kukhona inzuzo, kepha ukukhuluma kwezindebe kukhombisa ukwehluleka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wonke umshikashika unenzuzo, kepha amazwi omlomo abanga ukuswela kuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Wonke umshikashika unenzuzo, kepha amazwi omlomo abanga ukuswela kuphela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:23
12 Referans Kwoze  

Olima umhlabathi wakhe uyakuba nesinkwa ngokuchichimayo;


Isandla sabakhutheleyo siyabusa, kepha ivila liyakutheliswa.


Ngokuba iphupho liza ngobuningi bezindaba; izwi lesiwula laziwa ngamazwi amaningi.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kodwa ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyonipha khona iNdodana yomuntu;


Ocwayiza ubanga usizi, kepha isiwula esiphaphayo siyakuwa.


Futhi phezu kwalokho bafunda ukuvilapha, bezulazula izindlu ngezindlu; futhi kabayivilaphi kuphela, kodwa futhi izihlebi, nabangena shi, bekhuluma okungafanele.


Abaduki yini abaceba okubi na? kodwa umusa neqiniso kuyoba kulabo abacabanga kahle.


Umqhele wabahlakaniphileyo uyinotho yabo, kepha ubuwula beziwula buwubuwula.


Usika imifula phakathi kwamadwala; futhi iso lakhe libona zonke izinto eziyigugu.


Usizani osebenzayo ngalokho akukhandlekayo?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite