Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Abaduki yini abaceba okubi na? kodwa umusa neqiniso kuyoba kulabo abacabanga kahle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Angithi bayaduka abaceba okubi na? Umusa neqiniso kuyakuba ngokwabaqamba okuhle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Abaduki yini abaceba okubi na? Umusa neqiniso kungokwabahlela okuhle.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:22
19 Referans Kwoze  

Umuntu omuhle uthola umusa kuJehova, kepha umuntu onamacebo amabi uyakumlahla.


Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


Isifiso somuntu singumusa wakhe, kepha ompofu ungcono kunomuntu onamanga.


Oshesha ukuthukuthela wenza ubuwula, nomuntu onamacebo amabi uyazondwa.


Ungaceli okubi ngomakhelwane wakho, ngokuba uhlala nawe elondekile.


Uyakuma phambi kukaNkulunkulu kuze kube phakade; lungisela umusa neqiniso, okungayilondoloza.


Zonke izindlela zikaJehova zingumusa nokuthembeka kwabagcina isivumelwano sakhe nobufakazi bakhe.


Kodwa uJehova wathi kubaba uDavida: Ngoba kwakusenhliziyweni yakho ukwakhela ibizo lami indlu, wenza okuhle ngoba kwakusenhliziyweni yakho.


Wathi: “Makabusiswe uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongayithobisanga inkosi yami ngomusa wayo nokuthembeka kwayo;


Uceba okubi embhedeni wakhe; uzimisa endleleni engeyinhle; akakuzondi okubi.


Ungaphelelwa umusa nokuthembeka; zibophe entanyeni yakho; kulobe esibhebheni senhliziyo yakho.


Kuwo wonke umshikashika kukhona inzuzo, kepha ukukhuluma kwezindebe kukhombisa ukwehluleka.


Oceba ukwenza okubi uyakuthiwa ononya.


Maye kulabo abaceba ububi futhi benze okubi emibhedeni yabo! ekukhanyeni kokusa bayakwenza, ngokuba kusemandleni esandla sabo.


Ayesephendula amadoda kuye, athi: “Siphila ngowakho, uma ungayikhulumi indaba yethu.” Futhi uma uJehova esinika izwe, sizokwenzela umusa neqiniso kuwe.


Inkohliso isenhliziyweni yakhe, uceba okubi njalo; utshala ukungezwani.


Olungileyo mkhulu kunomakhelwane wakhe, kepha indlela yababi iyabadukisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite