Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ifa labangenalwazi lizuza ubuwula, kodwa abahlakaniphileyo bathweswa umqhele wokwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Abangenalwazi badla ifa lobuwula, kepha abaqondileyo baqheliswa ngokwazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Abangenalwazi badla ifa lobuwula, kepha abanokuqonda baqheliswa ngolwazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:18
12 Referans Kwoze  

Njengoba nazi ukuthi anihlengwanga ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide, enkambweni yenu eyize enayamukeliswa oyihlo;


Kuyakuthi lapho ebonakala uMalusi omkhulu, niyakwamukeliswa umqhele wenkazimulo ongabuniyo.


Kusukela khathesi ngibekelwe umqhele wokulunga, ezanginika wona ngalolosuku iNkosi, umahluleli olungileyo, kungeyisimi ngedwa, kodwa lakubo bonke abathanda ukubonakala kwayo.


Labahlakaniphileyo bayakukhanya njengokubenyezela komkhathi; nalabo abaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.


Kodwa konke okuphuma emlonyeni wethu siyakukwenza nokushunqisela inkosikazi yezulu umusi, siyithululele iminikelo yokuphuzwa, njengalokho senzile, thina nawobaba, namakhosi ethu, nezikhulu zethu, emizini. KwaJuda nasezitaladini zaseJerusalema; ngokuba sasinokuningi ukudla ngaleso sikhathi, sasiphilile, asibonanga bubi.


Jehova, mandla ami, nenqaba yami, nesiphephelo sami ngosuku lwenhlupheko, abezizwe bayakuza kuwe bevela emikhawulweni yomhlaba, bathi: Obaba badla ifa lamanga, okuyize, nezinto ezingenakusiza.


Abahlakaniphileyo bayakudla ifa lodumo, kepha iziwula ziyihlazo.


Oshesha ukuthukuthela wenza ubuwula, nomuntu onamacebo amabi uyazondwa.


Ababi bakhothama phambi kwabalungileyo; nababi emasangweni abalungileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite