Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Indlu yababi izachithwa, kodwa ithabhanekele labaqotho lizahluma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Indlu yababi iyachithwa, kepha itende labaqotho liyahluma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Indlu yezikhohlakali iyabhujiswa, kepha ithende labaqotho liyachuma.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:11
21 Referans Kwoze  

Isiqalekiso sikaJehova sisendlini yomubi, kepha uyayibusisa indawo yokuhlala yabalungileyo.


Ababi bayachithwa, bangabe besabakho, kepha indlu yabalungileyo iyokuma.


Ngiyakuwukhipha,” usho uJehova Sebawoti, “uyongena endlini yesela nasendlini yalowo ofunga amanga ngegama lami; iyakuhlala phakathi kwendlu yayo, iyiqede nezinkuni zayo namatshe ayo.


Abalungileyo babona ngokuhlakanipha indlu yababi, kodwa uNkulunkulu uyabachitha ababi ngenxa yobubi babo.


Ngoba lithi: Ingaphi indlu yesikhulu? ziphi izindawo zokuhlala zababi na?


Kukhona ingcebo efiselekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo; kodwa umuntu oyisiwula uyakudla.


Owethemba inotho yakhe uyakuwa, kepha olungileyo uyahluma njengehlumela.


Uzancika endlini yakhe, kodwa kayiyikuma; uyakuyibamba, kepha ayiyikuma.


Umkakho uyakuba njengomvini othelayo phakathi kwendlu yakho: abantwana bakho babe njengezithombo zomnqumo bezungeza itafula lakho.


Impela zinjalo izindawo zokuhlala zababi, nansi indawo yongamazi uNkulunkulu.


Ngokuba umhlangano wabazenzisi uyakuba yihlane, nomlilo uqede amatende okufumbathisa.


Uma uhlanzekile, uqotho; impela Wayezonivukela futhi aphumelelise indawo yokuhlala yokulunga kwenu.


UJehova uyakuchitha indlu yabazidlayo, kepha aqinise imikhawulo yomfelokazi.


Abakuzondayo bayokwembathiswa ihlazo; futhi indawo yokuhlala yababi iyochithwa.


Kusengumzuzwana, omubi abe engasekho; yebo, kufanele ubhekisise indawo yakhe, futhi ngeke kube khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite