Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 14:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wonke owesifazane ohlakaniphileyo uyakha indlu yakhe, kepha oyisiwula uyayidiliza ngezandla zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Owesifazane ohlakaniphileyo uyakha indlu yakhe, kepha oyisiwula uyayidiliza ngezandla zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Owesifazane ohlakaniphileyo uyayakha indlu yakhe, kodwa oyisiwula uyibhidliza ngezandla zakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 14:1
10 Referans Kwoze  

Kungcono ukuhlala ekhoneni lophahla kunokuhlala endlini ebanzi nowesifazane oxabanayo.


Kungcono ukuhlala ehlane kunokuhlala nowesifazane oxabanayo nothukuthele.


Bonke abantu ababesesangweni namadoda amakhulu bathi: “Singofakazi.” UJehova makenze owesifazane ongene endlini yakho abe njengoRaheli nanjengoLeya abakha indlu yakwa-Israyeli bobabili; wenza kahle e-Efrati, waduma eBetlehema.


Indodana eyisiwula iyinkathazo kayise, nokuxabana kowesifazane kungumchilo oqhubekayo.


Kwathi, njengokungathi kuyinto elula kuye ukuhamba ezonweni zikaJerobowamu, indodana kaNebati, wathatha u-Izebeli indodakazi ka-Etibhali inkosi yamaSidoni ukuba abe ngumkakhe, wahamba wambulala. Wakhonza uBali, wakhuleka kuye.


Kwathi u-Athaliya unina ka-Ahasiya ebona ukuthi indodana yakhe ifile, wasuka wachitha yonke indlu yenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite