Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Isihlengo sokuphila komuntu siyingcebo yakhe, kepha ompofu akalaleli ukusolwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ihlawulo lokuphila komuntu liyingcebo yakhe, kepha ompofu akezwa ukukhuzwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Inhlawulo yokuphila komuntu yingcebo yakhe, kepha ompofu akalaleli ekhuzwa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:8
15 Referans Kwoze  

Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.


Ngiyakushiya phakathi kwakho abantu abadabukileyo nabampofu, abayakwethemba igama likaJehova.


Kepha kwafunyanwa amadoda ayishumi phakathi kwalawo athi ku-Ishmayeli: “Ungasibulali, ngokuba sinengcebo endle: ukolweni, nebhali, namafutha, nezinyosi.” Futhi wayishiya futhi akababulalanga phakathi kwabafowabo.


Kepha uNebuzaradani induna yabalindi wabashiya ezweni lakwaJuda abathile kwabampofu abangenalutho, wabanika izivini namasimu.


Ngeke acabangele ukuhlengwa; futhi ngeke aneliseke, ngisho noma umnika izipho eziningi.


Kodwa induna yabalindi yatshiya abanye kwabampofu belizwe ukuthi babe ngabalimi lezivini.


Yathumba lonke iJerusalema, nazo zonke izikhulu, nawo onke amaqhawe anamandla, abathunjwa abayizinkulungwane eziyishumi, nabo bonke abathengisi, nabakhandi bensimbi; akwasala muntu, kuphela abantu bezwe abampofu kakhulu.


Uma ikhokhiswa isamba semali kuye, kumelwe akhiphe konke okubekwa phezu kwakhe kube yisihlengo sokuphila kwakhe.


Kukhona ozicebayo, kepha engenalutho; kukhona ozenza mpofu, kanti inotho enkulu.


Ukukhanya kolungileyo kuyathokoza, kepha isibani sababi siyacima.


Umqhele wabahlakaniphileyo uyinotho yabo, kepha ubuwula beziwula buwubuwula.


Ukuphila kungaphezu kokudla, nomzimba mkhulu kunesambatho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite