Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ukulunga kuyamlondoloza oqotho endleleni, kodwa ububi buyabhubhisa isoni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ukulunga kuyamlondoloza ondlela yakhe iphelele, kepha ububi buyachitha isoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ukulunga kuyamlondoloza ondlela yakhe iqotho, kodwa inkohlakalo iyasibhubhisa isoni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:6
14 Referans Kwoze  

Ubuqotho babaqotho buyakubahola, kepha ububi babaphambukayo buyakubabhubhisa.


Abalungileyo babona ngokuhlakanipha indlu yababi, kodwa uNkulunkulu uyabachitha ababi ngenxa yobubi babo.


Makungabikho mhlebi oqiniswa emhlabeni; okubi kuyakuzingela umcindezeli ukuba ambhubhise.


Ihubo likaDavide. Ngahlulele, Jehova; ngokuba ngihambile ekulungeni kwami; nami ngathembela kuJehova; ngakho-ke angiyikushelela.


Ubuqotho nobuqotho makungilonde; ngoba ngilinde wena


Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza ubulungisa nokhuluma iqiniso enhliziyweni yakhe.


Omubi uyakuthatha ububi bakhe, aboshwe ngezintambo zezono zakhe.


Wahlabela onkulunkulu baseDamaseku ababemehlulile, wathi: “Ngokuba onkulunkulu bamakhosi ase-Aramu bayawasiza, ngiyakuhlabela wona ukuba angisize.” Kodwa zaba incithakalo kuye nakuye wonke u-Israyeli.


I-ALEPH. Ubusisiwe osendleleni engenabala, ohamba emthethweni kaJehova.


Indlela kaJehova ingamandla kwabaqotho, kodwa abenza okubi bayabhujiswa.


Abanenhliziyo embi bayisinengiso kuJehova;


Wayesethi uSolomoni: “Uma eziveza eyindoda, akuyikuwela nolulodwa unwele lwakhe emhlabeni; kepha uma kufunyanwa ububi kuye, uyakufa.


Le nto yaba yisono kuyo indlu kaJerobowamu ukuba iyiqede nokuyichitha emhlabeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite