Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Olungileyo udla aze asuthe umphefumulo wakhe, kodwa isisu sababi siyaswela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Olungileyo uyadla uze usuthe umphefumulo wakhe, kepha isisu sababi siyaswela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Olungileyo udla asuthe eneliswe, kepha isisu sezikhohlakali seswele esingasuthiswa ngakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:25
17 Referans Kwoze  

Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


UJehova kayikuyekela umphefumulo wolungileyo ulambe, kodwa uchitha okuhle komubi.


Inkulumo yenu mayingabi-kuhaha; yaneliswani ngalokho eninakho, ngokuba ushilo ukuthi: ‘Angisoze ngakushiya, angisoze ngakushiya.


Ngokuba ukuqeqesha umzimba kusiza kancane, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhukuphila, nalokho okuzayo.


Ngakho ubumpofu bakho buyofika njengomhambi, nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Bayakushiswa yindlala, baqedwe ukushisa okushisayo nencithakalo ebabayo; ngiyakubathumelela amazinyo ezilwane, kanye nesihlungu sezinyoka zothuli.


Ngokuba nalapho sikini, saniyala ngalokhu ukuthi: Uma umuntu engathandi ukusebenza, makangadli.


Ngakho-ke ubumpofu bakho buyofika njengomhambi; nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Okuncane anakho olungileyo kungcono kunenotho yababi abaningi.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


Ngalokho uyakuzikhonza izitha zakho uJehova ayakuzithuma kini, ngendlala, nangokoma, nangobuze, nangokuswela konke; iyakubeka ijoka lensimbi entanyeni yakho ize ikuchithe.


Esechithe konke, kwaba khona indlala enkulu kulelo zwe; waqala ukuswela.


Ogcwalisa umlomo wakho ngezinto ezinhle; ukuze ubusha bakho buvuselelwe njengokhozi.


Ngiyakubusisa kakhulu ukudla kwakhe, ngisuthise abampofu bakhe ngesinkwa.


Ubumpofu nehlazo kowenqaba ukulaywa, kepha ohlonipha ukusolwa uyakudunyiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite