Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Oyeka uswazi uzonda indodana yakhe; kodwa omthandayo umlaya ngesikhathi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Oyeka uswazi uyazonda indodana yakhe, kepha oyithandayo uyayilaya ngesineke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Oyeka uswazi uyayizonda indodana yakhe, kodwa oyithandayo uyanakekela ukuba ayiyale.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:24
10 Referans Kwoze  

Lungisa indodana yakho, iyakukuphumuza; yebo, uyakuthokozisa umphefumulo wakho.


Uswazi lokusola kuyanika ukuhlakanipha, kodwa umntwana osele yedwa uhlazisa unina.


Yala indodana yakho kusenethemba, ungahawukeli umphefumulo wakho ngokukhala kwayo.


Ubuwula buboshiwe enhliziyweni yomntwana; kepha induku yokujezisa iyoyidedisela kude naye.


Ngokuba uJehova uyamlaya amthandayo; njengoyise indodana athokoza ngayo.


Kodwa owona kimi ulimaza umphefumulo wakhe; bonke abangizondayo bathanda ukufa.


Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.


Kumelwe uqaphele enhliziyweni yakho ukuthi njengalokhu umuntu elaya indodana yakhe, kanjalo uJehova uNkulunkulu wakho uyakulaya wena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite