Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kukhona ukudla okuningi ekulimeni kwabampofu, kodwa kukhona okuchithwayo ngenxa yokuntuleka kokwahlulela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Emqathweni wabampofu kukhona ukudla okuningi, kepha kukhona okuchithwa ngenxa yokungalungi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Emqathweni wabampofu kukhona ukudla okuningi, kepha kuyashabalala ngenxa yokungalungi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:23
12 Referans Kwoze  

Olima umhlabathi wakhe uyosutha ngesinkwa;


Olima umhlabathi wakhe uyakuba nesinkwa ngokuchichimayo;


Inzuzo yomhlaba ngeyabo bonke; inkosi ikhonza emasimini.


Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


Ogcina umkhiwane uyakudla isithelo sawo; kanjalo uyakudunyiswa olindela inkosi yakhe.


Umuntu uyasutha ngokuhle ngesithelo somlomo wakhe, nempatho yezandla zomuntu iyakuvuzwa kuye.


Abadala balowo muzi kumelwe behlisele inkomo esigodini esimangelengele, esingakakhulelwanga noma singahlwanyelwanga, futhi kumelwe anqume intamo yenkomo lapho esigodini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite