Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Umuntu omuhle ushiyela abantwana bakhe ifa, ingcebo yesoni ibekelwe olungileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Olungileyo ushiyela abantwana babantwana bakhe ifa, kepha ingcebo yesoni ibekelelwa olungileyo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:22
11 Referans Kwoze  

Ngoba uNkulunkulu unika umuntu omuhle emehlweni akhe ukuhlakanipha lolwazi lentokozo, kodwa isoni unika ukuhlupheka ukukuqongelela, ukuze amnike okuhle phambi kukaNkulunkulu. Kuyize nokuhlushwa komoya.


Lowo owandisa impahla yakhe ngenzalo nangenzuzo engalungile, kumelwe ayiqoqele lowo ohawukela abampofu.


Ngangimusha, manje sengimdala; kepha angizange ngibone olungileyo eshiyiwe, nenzalo yakhe iphanza ukudla.


Inzalo yakhe izakuba lamandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.


Manje ninganiki amadodana abo amadodakazi enu, ningawathatheli amadodana enu amadodakazi abo, ningafuni ukuthula kwawo nemfuyo yawo kuze kube phakade; izingane kuze kube phakade.


Yebo, uyakubabona abantwana babantwana bakho, nokuthula phezu kuka-Israyeli.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala, nenzalo yabo ime phambi kwakho.


Abazukulu bangumqhele wabantu abadala; nenkazimulo yabantwana ingoyise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite