Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Isifiso esigcwalisiweyo simnandi emphefumulweni, kodwa kuyisinengiso kuziwula ukusuka ebubini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Isifiso esigcwalisiweyo simnandi emphefumulweni, kepha ukudeda ebubini kuyisinengiso kuzo iziwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Isifiso esifezekile siyathokozisa emphefumulweni, kepha ukudeda ebubini kuyisinengiso kwabayiziwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:19
17 Referans Kwoze  

Umuntu ongalungile uyisinengiso kolungileyo, noqotho endleleni uyisinengiso kwababi.


Ithemba elilitshazisiweyo ligulisa inhliziyo, kodwa lapho kufika isifiso, kungumuthi wokuphila.


Nokho isisekelo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu: INkosi iyabazi abangabayo. Futhi, Wonke obiza ibizo likaKristu kadede ebubini.


Umendo wabaqotho ungukudeda ebubini; ogcina indlela yakhe ugcina umphefumulo wakhe.


Ngadlula kubo kancane, kepha ngamfumana othandwa ngumphefumulo wami; Ngambamba, angizange ngimyeke, ngaze ngamngenisa endlini kamama, ekamelweni lalowo owangithwala.


Ngomusa nangeqiniso ububi buyahlanjululwa, futhi ngokwesaba uJehova abantu badede ebubini.


Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho; yesaba uJehova, udede ebubini.


Deda ebubini wenze okuhle; funa ukuthula, ukuphishekele.


Wathi kumuntu: “Bheka, ukumesaba uJehova kungukuhlakanipha; nokudeda ebubini kungukuqondisisa.


Yayisithi futhi inkosi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli onginike namuhla umuntu ukuba ahlale esihlalweni sami sobukhosi, amehlo ami ekubona.”


Deda ebubini wenze okuhle; futhi uhlale phakade.


Ubumpofu nehlazo kowenqaba ukulaywa, kepha ohlonipha ukusolwa uyakudunyiswa.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Othanda igazi uyamzonda oqotho, kodwa olungileyo ufuna umphefumulo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite