Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ubumpofu nehlazo kowenqaba ukulaywa, kepha ohlonipha ukusolwa uyakudunyiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ubumpofu nehlazo kukuye onqaba ukulaywa, kepha onaka ukusolwa uyadunyiswa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ubuphofu nehlazo kukulowo owenqaba ukuyalwa, kepha oqaphela ukusolwa uyatuswa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:18
15 Referans Kwoze  

Isiwula siyadelela ukulaya kukayise, kodwa oqaphela ukusolwa uhlakaniphile.


Othanda ukulaywa uthanda ukwazi, kodwa ozonda ukusolwa uluhlaza.


Njengecici legolide nomhlobiso wegolide elicwengekileyo, kunjalo ukusola okuhlakaniphileyo endlebeni elalelayo.


Odelela izwi uyakubhujiswa; kepha owesaba umyalo uyakuvuzwa.


Abaningi bayakuncenga isikhulu, bonke bangabangane bakhe ophayo.


Mfundise ohlakaniphileyo, uyakuhlakanipha nakakhulu; fundisa olungileyo, khona-ke uyoba nemfundo eyengeziwe.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Olungileyo makangishaye; kuyakuba umusa, angithethise; kuyakuba ngamafutha amahle kakhulu;


Isifiso esigcwalisiweyo simnandi emphefumulweni, kodwa kuyisinengiso kuziwula ukusuka ebubini.


Olungileyo udla aze asuthe umphefumulo wakhe, kodwa isisu sababi siyaswela.


Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.


Silala phansi sinamahloni, ihlazo lethu lisibekele; ngokuba sonile kuJehova uNkulunkulu wethu, thina nawobaba, kusukela ebusheni bethu kuze kube namuhla, asililalelanga izwi likaJehova uNkulunkulu wethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite