Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ukuqonda okuhle kunikeza umusa, kepha indlela yabaphambukayo ilukhuni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ukuqonda kahle kuveza umusa, kepha indlela yabambuluzayo ilukhuni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ukuqonda kahle kuveza umusa, kepha indlela yabambuluzayo ilukhuni.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:15
11 Referans Kwoze  

Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Ububi bakho buyakusola, nezizondo zakho ziyakusola; yazi, ubone ukuthi kuyinto embi nebabayo ukuthi umshiyile uJehova uNkulunkulu wakho nokuthi ukwesaba kwami akukho kuwe, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Kanjalo uyakufumana umusa nengqondo enhle emehlweni kaNkulunkulu nakubantu.


Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova; bonke abenza imiyalo yakhe banengqondo enhle; ukudunyiswa kwakhe kumi kuze kube phakade.


Benazithelo zini ngaleso sikhathi ngalezo eninamahloni ngazo manje na? ngoba isiphetho salezozinto yikufa.


Wamkhulula kuzo zonke izinhlupheko zakhe, wamnika umusa nokuhlakanipha phambi kukaFaro inkosi yaseGibithe; wamenza umbusi phezu kweGibithe nendlu yakhe yonke.


Ukusolwa kulukhuni koshiya indlela, ozonda ukusolwa uyakufa.


UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni nasekukhuleni nasekuthandeni uNkulunkulu nakubantu.


Umusa wenkosi ungowenceku ehlakaniphileyo, kepha ulaka lwayo luphezu kowenza amahloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite