Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 13:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umthetho wohlakaniphileyo ungumthombo wokuphila, ukuze kusukwe ezingibeni zokufa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ukufundisa kohlakaniphileyo kungumthombo wokuphila, ukuze kudedwe ezihibeni zokufa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Ukufundisa kohlakaniphileyo kungumthombo wokuphila, ukuze kudedwe ezihibeni zokufa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 13:14
11 Referans Kwoze  

Umlomo wolungileyo ungumthombo wokuphila, kepha ubudlova busibekela umlomo wababi.


Izinhlungu zeHayidese zangizungeza, izihibe zokufa zangivimbezela.


Ukumesaba uJehova kungumthombo wokuphila, ukuze kudeke ezingibeni zokufa.


Umendo wabaqotho ungukudeda ebubini; ogcina indlela yakhe ugcina umphefumulo wakhe.


Izinhlungu zokufa zangizungeza, nezinhlungu zaseHayidese zangibamba; Ngathola ukucindezeleka nokudabuka.


Ukuqonda kungumthombo wokuphila konakho, kepha ukulaya kweziwula kungubuwula.


Ngomusa nangeqiniso ububi buyahlanjululwa, futhi ngokwesaba uJehova abantu badede ebubini.


Indlela yokuphila iphezulu kohlakaniphileyo ukuze asuke esihogweni esingaphansi.


Ngokuba ngaMi izinsuku zakho ziyakuba-ziningi, neminyaka yokuphila kwakho iyakwandiswa.


Futhi ibusisiwe iseluleko sakho, futhi ubusisiwe wena ongivimbele namuhla ukuba ngichithe igazi futhi ungiphindisele ngesandla sami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite